Amasu Okufunda
Amazinga ezinkazimulo


Amazinga ezinkazimulo

Yimibuso ehlukene ezulwini. EkwaHlulelweni kokuGcina, umuntu ngamunye uzothola njengefa lakhe indawo yokuhlala yaphakade embusweni wenkazimulo othize, ngaphandle kwalabo abangamadodana okulahlwa.