Amasu Okufunda
Iqoqo lezincwadi ezingcwele


Iqoqo lezincwadi ezingcwele

Yiqoqo lezincwadi ezingcwele ezivunyiwe, neziphume kwabanamandla. EBandleni likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina, izincwadi zomthetho zibizwa ngokuthi yimisebenzi eyamukelekile futhi zibandakanya iTestamente eliDala kanye neliSha, iNcwadi kaMormoni, iMfundiso neziVumelwano, neGugu leNani eliKhulu.