Amasu Okufunda
Jetiro


Jetiro

Yinkosana yohlanga yaseTestamenteni eliDala futhi nomphristi wakwaMidiyani owanika uMose ikhaya emuva kokuba uMose ebaleke eGibithe. Ubizwa futhi ngokuthi nguRehuweli (Eks. 2:18). Emuva kwesikhathi uMose waganwa yindodakazi kaJetiro uSipora (Eks. 3:1; 4:18; 18:1–12). UJetiro wafundisa uMose ukuba anike abanye amandla (Eks. 18:13–27). UMose wathola ubuPhristi bukaMelkisedeki kuJetiro (Mf&V 84:6–7).