Amasu Okufunda
IsiMemezelo


IsiMemezelo

Yisimemezelo esisemthethweni esenziwa nguMongamenli uWilford Woodruff ngo1890 esho ngokucacile ukuthi iBandla kanye namalungu alo lalizinikela emthethweni wezwe futhi nokuthi lalingasawenzi umshado wesithembu (Iz. Eli. 1). UMongameli uWoodruff washo lesi siMemezelo kulandela umbono kanye nesambulo esivela kuNkulunkulu.