Amasu Okufunda
Nowa, umphatriyakhe waseBhayibhelini


Nowa, umphatriyakhe waseBhayibhelini

ETestamenteni eliDala, yindodana kaLameka futhi ngumphatriyakhe weshumi kusuka ku-Adamu (Gen. 5:29–32). Wafakaza ngoKristu futhi washumayela ukuphenduka esizukulwaneni esikhohlakeleyo. Ngesikhathi abantu benqaba umyalezo wakhe, uNkulunkulu wamyala ukuba akhe umkhumbi ukuze afake kuwo umndeni wakhe kanye nezilwane zonke ngesikhathi umhlaba ugcwaliswa ngamanzi ukuze kubhujiswe abakhohlakeleyo (Gen. 6:13–22; Mose 8:16–30). UmPhrofethi uJoseph Smith wafundisa ukuthi uNowa yingelosi uGabriyeli futhi umi eduze kuka-Adamu ekuphatheni izikhiye zensindiso.

Shicilela