Amasu Okufunda
Amoni, uzalo lukaZarahemla


Amoni, uzalo lukaZarahemla

ENcwadini kaMormoni, yindoda eyisidlakela futhi enamandla eyayihola ohambeni olwalusuka eZarahemla luya ezweni lakwaLehi-Nefi (Mosiya 7:1–16). Wakhonjiswa imibhalo yakudala futhi wachaza ukuthi yini umboni (Mosiya 8:5–18). Kamuva wasiza ekukhululeni iNkosi uLimihi nabantu bayo kumaLamani futhi nokubabuyisela emuva eZarahemla (Mosiya 22).