Amasu Okufunda
Umculo


Umculo

Ngamavumo kanye nezigqi ezaziculwa futhi zidlalwa kusuka ezikhathini zaseBhayibhelini zasekuqaleni ukuze kuzwakaliswe injabulo, ukudumisa, kanye nokukhonza (Ⅱ Sam. 6:5). Kungaba yindlela yomkhuleko. Amahubo mhlawumbe ayeculwa ngamavumo ayengaxutshwe nalutho futhi ephelekezelwa okushaywayo nokukhalayo.