Amasu Okufunda
Umfowabo kaJarede


Umfowabo kaJarede

Ngumphrofethi waseNcwadini kaMormoni. Yena kanye nomfowabo basungula isizwe samaJarede ngesikhathi behola umbuthano wabantu besuka emBhoshongweni waseBabele beya ezweni lesethembiso entshonalanga (Etere 1–6). Wayeyindoda eyayinokholo olukhulu kangangoba wakhuluma neNkosi ubuso nobuso (Mf&V 17:1). Indaba yakhe ibhalwe encwadini ka-Etere.