Amasu Okufunda
Smith, Samuel H.


Smith, Samuel H.

Ngumfowabo omncane kamPhrofethi uJoseph Smith (JS—uMl. 1:4). USamuel wazalwa ngo1808 futhi wafa ngo1844. Wayengomunye woFakazi abayisiShiyagalombili beNcwadi kaMormoni futhi wasebenza njengomunye wabefundisi bokuqala beBandla elibuyiselwe (Mf&V 23:4; 52:30; 61:33–35; 66:7–8; 75:13).