Amasu Okufunda
Ukuphelela du


Ukuphelela du

Ngopheleleyo, ngophelelisiweyo, futhi ngokhule ngokugcwele; ngolunge ngokupheleleyo. Ophelele du kungasho futhi ongenasono noma ongenabubi. NguKristu kuphela owayephelele du ngokupheleleyo. Abalandeli beqiniso baKristu bangaba ngabaphelele du ngomusa kanye nangeNhlawulo Yakhe.