Amasu Okufunda
INcwadi yesiLilo


INcwadi yesiLilo

Yincwadi eTestamenteni eliDala, eyabhalwa nguJeremiya. Yinhlanganisela yezinkondlo noma amaculo okukhala ngenxa yokuwa kweJerusalema kanye nesizwe sakwa-Israyeli. Incwadi yabhalwa emuva kokuwa komuzi cishe ngonyaka ka586 ngaphambi kukaKristu.