Amasu Okufunda
Umzimba


Umzimba

Yisiqu esifayo, esithintekayo senyama namathambo esidalwe ngomfanekiso kaNkulunkulu esihlanganiswe nomoya ukuze senze umuntu ophilayo. Imizimba ethintekayo yawo wonke amadoda neyabo bonke abesifazane izobuye futhi ihlangane nemimoya yayo ingunaphakade oVukweni. Imibhalo engcwele kwesinye isikhathi ithi umzimba nomoya kuhlangene ngumuntu (Gen. 2:7; Mf&V 88:15; Mose 3:7, 9, 19; Abr. 5:7).