Amasu Okufunda
Imicabango


Imicabango

Ngamasu, yimiqondo, kanye nezithombe emqondweni womuntu. Amandla okucabanga ayisipho esivela kuNkulunkulu, futhi sikhululekile ukukhetha ukuthi siwasebenzisa kanjani amandla ethu okucabanga. Indlela esicabanga ngayo ithinta kakhulu ukuma kanye nokuziphatha, kanye nokuma kwethu emuva kwalempilo. Imicabango elungileyo iholela ensindisweni; imicabango ekhohlakeleyo iholela ekulahlweni.