Amasu Okufunda
Sanhedrini


Sanhedrini

Yibandla elibusayo labaJuda futhi nenkantolo ephakeme kakhulu yabaJuda yezindaba zezakhamizi kanye nezabefundisi. ISanhedrini yayinamalungu angamashumi ayisikhombisa nanye ayethathwe phakathi kwabaphristi abakhulu, ababhali, kanye namagosa. Emibhalweni engcwele, ibizwa ngokuthi wumphakathi (Math. 26:59; Marku 14:55; IzE. 5:34).