Amasu Okufunda
Ofakazi beNcwadi kaMormoni


Ofakazi beNcwadi kaMormoni

INkosi yayala abanye ngaphandle kukaJoseph Smith ukuba bafakaze ngokuthi iNcwadi kaMormoni ivela kuNkulunkulu (Mf&V 17; 128:20). Bheka ubufakazi balaba ofakazi kwi “sandulelo” ngaphambili eNcwadini kaMormoni.