Amasu Okufunda
Bati-Sheba


Bati-Sheba

Ngumka-Uriya; kamuva, ngumka Davide futhi nonina kaSolomoni. INkosi uDavide yaphinga naye. Wabuye futhi wahlela ukufa komyeni wakhe empini (Ⅱ Sam. 11), okuyisono esaba nemiphumela yaphakade kuDavide (Mf&V 132:39).