Amasu Okufunda
Imisuka, Umsuka


Imisuka, Umsuka

Umsuka unezincazelo eziningana, okuyilezi ezilandelayo: (1) Wukukhanya kweqiniso okunika impilo kanye nokukhanya ezintweni zonke ezisemhlabeni wonke kanye nezinkanyezi zonke zezulu. Selokhu waba khona njalo. (2) Igama lomsuka lingasho futhi abantwana bomoya baNkulunkulu. (3) Imibhalo engcwele ingakhuluma futhi ngomoya ongumsuka owawukhona ngaphambi kokuba sizalwe njengabantwana bomoya.