Amasu Okufunda
Jerobowamu


Jerobowamu

ETestamenteni eliDala, uJerobowamu wayeyinkosi yokuqala yenxenye yombuso owawusenyakatho wakwa-Israyeli owawehlukene. Wayeyilungu lesizwana sakwa-Efrayimi. UJerobowamu okhohlakeleyo wahola ukuhlubuka ngokumelene nendlu kaJuda kanye nomndeni kaDavide.