Pentathuki Bheka futhi isihloko esithi Duteronomi; Eksodusi; Genesise; ITestamente eliDala; Levitikusi; Mose; Numeri Yigama elinikwe izincwadi ezinhlanu zokuqala eTestamenteni eliDala—uGenesise, u-Eksodusi, uLevitikusi, uNumeri, kanye noDuteronomi. AbaJuda lezi zincwadi bazibiza ngeThora noma umthetho ka-Israyeli. Zabhalwa nguMose (1 Nefi 5:10–11).