Amasu Okufunda
OwamaShumi ayisiKhombisa


OwamaShumi ayisiKhombisa

Yisikhundla amadoda agcotshelwa kuso ebuPhristini bukaMelkisedeki. Namhlanje, imigwamanda yabamaShumi ayisiKhombisa ihlanganisa abaneGunya eliKhulu eBandleni Lonke kanye nabama Shumi ayisiKhombisa beziFunda eziNkulu. Abama Shumi ayisiKhombisa basebenza egameni leNkosi futhi ngaphansi kokuyalelwa wubu Mongameli bokuQala nabo mGwamanda wabaPhostoli abayiShumi namBili (bheka iMf&V 107:34). Banikela ngesikhathi sabo sonke ebufundisini.