Amasu Okufunda
Ukuvinjelwa


Ukuvinjelwa

Yisimo sokuba umuntu avimbeleke ekuqhubekeleni phambili futhi nesokuba enqatshelwe ukungena lapho kukhona khona uNkulunkulu nenkazimulo Yakhe. Isimo sokuvinjelwa singamazinga ahlukene. Bonke abangakutholi ukuphelela konke kokuphakanyiswa enkazimulweni yesilestiyali bazoncishelwa yithuba lokuthi baqhubekele phambili ngokwesimo esithile futhi ngeke bawathole amalungelo athile, ngakho-ke bazovinjelwa ngokwaleso simo.