Koriyantoni Bheka futhi isihloko esithi Alima, indodana ka-Alima ENcwadini kaMormoni, yindodana ka-Alima, indodana ka-Alima. Waya kumaZoramu, Alima 31:7. Washiya ubufundisi ukuze alandele isifebe, Alima 39:3. U-Alima wamfundisa ngesimo sokuba-khona emva kokufa, uvuko, kanye nangenhlawulo, Alima 39–42. Wabizwa ukuba ashumayele futhi, Alima 42:31. Waya ezweni elisenyakatho ngomkhumbi, Alima 63:10.