Amasu Okufunda
Lusifa


Lusifa

Leligama lisho ukuthi “ngoKhanyayo” noma “oPhethe ukuKhanya.” Waziwa futhi ngokuthi yiNdodana yoKusa. ULusifa wayeyindodana yomoya kaBaba oseZulwini futhi wahola ukuhlubuka empilweni eyandulela eyasemhlabeni. Igama elithi Lusifa livela kanye kuphela eBhayibhelini (Isaya 14:12). Isambulo sezinsuku zokugcina sinika imininingwane eminingana ngokuwa kukaLusifa (Mf&V 76:25–29).