Amasu Okufunda
Izithelo zokuqala


Izithelo zokuqala

Izivuno zokuqala eziqoqwa esikhathini sonyaka. Ngezikhathi zeTestamente eliDala, zazinikelwa eNkosini (Lev. 23:9–20). UJesu Kristu waba yizithelo zokuqala kuNkulunkulu ngokuthi waba ngowoku qala ukuvuswa ekufeni (Ⅰ Kor. 15:20, 23; 2 Nefi 2:9). Labo abemukela ivangeli futhi ababekezela kuze kube sekugcineni bethembekile ngokufanekiswa bayizithelo zokuqala, ngoba bangabaNkulunkulu.