Amasu Okufunda
Aphokhrifa


Aphokhrifa

Yizincwadi ezingcwele zamaJuda ezazingafakiwe eBhayibhelini lesiHeberu kodwa ezigciniwe emaBhayibhelini amanye amabandla amaKristu. Lezi zincwadi zivamise ukuba nosizo kakhulu ekuxhumaniseni iTestamente eliDala neliSha futhi eBandleni zithathwa njengokokufunda okuwusizo.