Amasu Okufunda
Esawu


Esawu

ETestamenteni eliDala, yindodana ka-Isaka kanye noRebeka futhi ngumfowabo kaJakobe oyiwele. Abafo bobabili babeyizimbangi kusukela ekuzalweni kwabo (Gen. 25:19–26). Isizukulwane sika-Esawu, abakwa-Edomi, nesizukulwane sikaJakobe, abakwa-Israyeli, zaba yizizwe eziyizimbangi (Gen. 25:23).