Amasu Okufunda
Leya


Leya

ETestamenteni eliDala, yindodakazi endala kunawo wonke kaLabani futhi ngomunye wabafazi baJakobe (Gen. 29). ULeya waba ngunina wamadodana ayisithupha kanye nendodakazi eyodwa (Gen. 29:31–35; 30:17–21).