Amasu Okufunda
Nafetali


Nafetali

Ngeyesithupha emadodaneni ayishumi nambili kaJakobe futhi ngumntwana wesibili kaBiliha, incekukazi kaRaheli (Gen. 30:7–8). UNafetali wayenamadodana amane (Ⅰ IziKr. 7:13).

Isizwana sikaNafetali

Isibusiso sikaJakobe kuNafetali sibhaliwe kuGenesise 49:21. Isibusiso sikaMose kulesi sizwana sibhaliwe kuDuteronomi 33:23.