ImiBhalo eNgcwele
IMfundiso neziVumelwano 137


Isigaba 137

Umbono owanikwa uJoseph Smith umPhrofethi, ethempelini eKirtland, e-Ohio, ngomhlaka 21 Januwari, 1836. Kwakungesikhathi kwenziwa izimiso kulungiselelwa ukungcweliswa kwethempeli.

1–6, UmPhrofethi ubona umfowabo u-Alvin embusweni wesilestiyali; 7–9, Imfundiso ngensindiso yabafileyo iyembulwa; 10, Bonke abantwana basindiswa embusweni wesilestiyali.

1 aAmazulu savulelwa wona, ngase ngibona bumbuso wesilestiyali kaNkulunkulu, nenkazimulo yawo, noma cngangisemzimbeni noma ngangingekho angazi.

2 Ngabona ubuhle be asango obubabazekayo okuzongena kulo izindlalifa zalowo mbuso, obabufana bnamalangabi omlilo azungezayo;

3 Futhi nesi avuthayo isihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu, kuso okwakuhleli buBaba ne cNdodana.

4 Ngabona imigwaqo emihle yalowo mbuso, eyayibonakala sengathi yayenziwe nge agolide.

5 Ngabona uBaba au-Adamu no-bAbrahama; futhi no cbaba no dmama; nomfowethu eu-Alvin, osewalala kudala;

6 Futhi ngamangaliswa wukuthi walithola kanjani aifa kulowo mbuso, ngokuba wayedlule kulomhlaba ngaphambi kokuba iNkosi yelule isandla sayo ukuqoqa u-Israyeli bokwesibili, futhi wayengazange cabhabhadiswe ukuze kuthethelelwe izono.

7 Lasho kanje aizwi leNkosi kimi, lithi: Bonke abafe bngaphandle kolwazi lwalelivangeli, abebe zolemukela ukuba babevunyelwe ukuphila, bayokuba cyizindlalifa zo dmbuso wesilestiyali kaNkulunkulu;

8 Futhi bonke abayokufa kusuka manje ngaphandle kokulazi, aabebe zolemukela ngezinhliziyo zabo zonke, bayoba yizindlalifa zalowo mbuso.

9 Ngokuba mina, iNkosi, ngizo akwahlulela bonke abantu ngokwe bmisebenzi yabo, ngokwe czifiso zezinhliziyo zabo.

10 Futhi ngaphinde ngabona ukuthi bonke abantwana abafa bengakafiki aeminyakeni yokuziphendulela bbasindiswa embusweni wesilestiyali wasezulwini.