Amasu Okufunda
HJS, KumaHeberu 1


HJS, KumaHeberu 1:6–7. Qhathanisa naKumaHeberu 1:6–7

Izingelosi ziyimimoya esebenzelayo.

6 Futhi phezu kwalokho, ngesikhathi eletha owokuqala ozelwe emhlabeni, wathi, Izingelosi zonke zikaNkulunkulu mazimkhonze, owenza abefundisi bakhe babe njengelangabi lomlilo.

7 Futhi ngezingelosi wathi, Izingelosi ziyimimoya esebenzelayo.