Amasu Okufunda
HJS, Ⅰ kuThimothewu 6


HJS, Ⅰ kuThimothewu 6:15–16. Qhathanisa nencwadi Ⅰ kuThimothewu 6:15–16

Labo abanokukhanya kokungafi (ivangeli) okuhleli kubo bangambona uJesu.

15 Ayokubonisa ngezikhathi zakhe, ongobusisekileyo futhi okunguye kuphela uPontiyu, iNkosi yamakhosi, noMbusi wababusi, makube kuye udumo namandla aphakade;

16 Ongakaze abonwe muntu, futhi ongeke abonwa muntu, kuye akukho muntu ongasondela, kuphela lowo onokukhanya nethemba lokungafi elihleli kuye.