Amasu Okufunda
HJS, IzEnzo 9


HJS, IzEnzo 9:7. Qhathanisa nezEnzo 9:7; nezEnzo 22:9

Labo abanoPawulu ekuphendukeni kwakhe bayakubona ukukhanya, kodwa abalizwa izwi noma abayiboni iNkosi.

7 Futhi labo ababehamba naye bakubona ngempela ukukhanya, futhi besaba; kodwa abalizwanga izwi lalowo owayekhuluma kuye.