Ngo-2021
UJesu Kristu Waqamba iBandla laKhe
ngo-Okthoba 2021


“UJesu Kristu Waqamba iBandla laKhe,” Friend (Umngani), Okth. 2021.

Umyalezo Wanyanga Zonke we Friend (Umngani) , Okthoba 2021

UJesu Kristu Waqamba iBandla laKhe

Isithombe
UJesu Kristu
Isithombe
UJoseph Smith

UJesu Kristu watshela uJoseph Smith ukuthi aliqambe lithini iBandla. Wathi lizobizwa ngokuthi “IBandla likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina.”

Isithombe
Indlu yokuhlangana Yebandla

Amagama athi uJesu Kristu ayingxenye ebaluleke kakhulu egameni leBandla. Njengoba kuyiBandla likaJesu Kristu, liqanjwe ngaYe.

Isithombe
izingane eziphethe amakhophi eNcwadi kaMormoni

Abangcwele Bezinsuku Zokugcina kusho amalungu eBandla namuhla.

Isithombe
owesifazane nengane bebukele ingqungquthela yebandla lonke

Abaprofethi nabaphostoli bafundise ukuthi kubalulekile ukusebenzisa igama leBandla elifanele. Kusiza abanye bazi ukuthi sikholelwa kuJesu Kristu.

Isithombe
izingane zibuke umdwebo kaJesu Kristu

Uma abanye bengibuza ukuthi ngikholelwa kwini, ngingathi, “Ngikholelwa kuJesu Kristu. NgingoweBandla likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina.”

Ikhasi Lokufaka Imibala

Ngikholelwa kuJesu Kristu

Isithombe
izingane zibambe isithombe sikaJesu Kristu

Chofoza isithombe ukuze uzithathele sona.

Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott

Yini ekusiza ukuba ufunde ngoJesu na?