Ukufundisa Ngendlela KaMsindisi: Eyabo Bonke Abafundisa Ekhaya kanye naseBandleni Isingeniso Umyalezo ovela kubuMongameli bokuQalaLencwadi ingaba wusizo kuwe ukuze ufunde ukuthi uMsindisi wayefundisa kanjani. Njengoba uzama ukufundisa ngendlela Yakhe, Uzokusiza ukuze ube yilothisha Aziyo ukuthi ungaba nguye. Injongo yencwadi ethi Ukufundisa Ngendlela kaMsindisiImigomo echazwe kulensiza ingasiza bonke othisha bevangeli bafundise ngendlela yoMsindisi. Uhlaka Lwemfundiso Efana NoKristuImigomo echazwe kulensiza ingasiza bonke othisha bevangeli bafundise ngendlela yoMsindisi. Ingxenye 1: Gxila kuJesu Kristu Ingxenye 1: Gxila kuJesu Kristu Fundisa ngoJesu Kristu Noma Ngabe Yini OyifundisayoNoma ngabe ufundisani, khumbula ukuthi empeleni ufundisa ngoJesu Kristu nendlela yokuba njeNgaye. Siza Abafundi Beze kuJesu KristuAkukho ongakwenza njengothisha okungabusisa abafundi ngaphezulu kokubasiza bazi uBaba oseZulwini noJesu Kristu futhi bezwe uthando Lwabo (bheka NgokukaJohane 17:3). Ingxenye 2: Imigomo Yokufundisa NjengoKristu Ingxenye 2: Imigomo Yokufundisa NjengoKristu Bathande Labo ObaFundisayoUma uthando loMsindisi lusezinhliziyweni zethu, sifuna yonke indlela ekhona ukusiza abanye bafunde ngoKristu futhi beze Kuye. Uthando luba imbangela yokufundisa kwethu. Fundisa ngoMoyaNgesikhathi ulifundisa ivangeli likaJesu Kristu, ungaba noMoya oNgcwele ukuba ukuhole futhi ufakaze ngeqiniso emiqondweni nasezinhliziyweni zalabo obafundisayo (bheka IMfundiso neziVumelwano 8:2). Fundisa IMfundisoUngafundisa ngamandla, njengoba uMsindisi enza, ngokufundisa imfundiso kaBaba. Mema Ukufunda NgenkuthaloNgesikhathi silandela isibonelo soMsindisi, simema labo esibafundisayo ukuba bacele, bafune, bangqongqothe––futhi bathole (bheka ngokukaMathewu 7:7–8). Ingxenye 3: Usizo Neziphakamiso Ezenzekayo Ingxenye 3: Usizo Neziphakamiso Ezenzekayo Imibono Yezindawo Zokufundisa Ezihlukahlukene kanye naBafundiLengxenye inika ezinye iziphakamiso eziqondene ngqo nabafundi abahlukahlukene kanye nezindawo zokufunda ezahlukahlukene. Isifundo Sesampula-Uhlaka lokuhlelaNasi isibonelo sokuhlelwa kwesifundo. Ukuthuthuka njengoThisha OnjengoKristu—Ukuhlola Umuntu SiquSingothisha, kumele sihlezi sihlola amandla nobuthakathaka kwethu ukuze sizokwazi ukusiza abafundi bakhe ukholo kuJesu Kristu futhi babe njeNgaye. Imihlangano Yomkhandlu Wothisha-Eyabazali noThisha AbabiziweyoNgesikhathi uhlangana nothisha, cabanga izindlela zokubaqinisa futhi ubagqugquzele ngesihe nokubonga ngomsebenzi abawenzayo. OkwabaHoli—Ukuqondisa noKusekela oThishaNgesikhathi uhlangana nothisha, cabanga izindlela zokubaqinisa futhi ubakhuthaze ngesihe nokubonga ngomsebenzi abawenzayo.