“O, Nkulunkulu, Baba Ophakade, siyakucela egameni leNdodana Yakho uJesu Kristu, ukuba, uBusise, Ungcwelise lesisinkwa emimoyeni yabo bonke abasidlayo, ukuba badle ngesikhumbuzo somzimba weNdodana Yakho, bafakaze Kuwe, O Nkulunkulu, Baba Ophakade, ukuthi bayavuma ukuzithathela lona igama leNdodana Yakho, baMkhumbule ngezikhathi zonke, bagcine imithetho Yakhe Abaphe yona; ukuze uMoya Wakhe ube kubo. Ameni.”