Ngo-2023
Isimangaliso sikaTabitha
NgoSepthemba 2023


“Isimangaliso sikaTabitha,” Friend (Umngani), ngoSeptemba 2023, 46–47.

UMyalezo waNyanga zonke we Friend (Umngani) yangoSepthemba 2023

Isimangaliso sikaTabitha

Alt text

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

UThabitha wayengumlandeli kaJesu Kristu. Wayethunga izingubo namajazi futhi enzela abanye izinto eziningi zomusa.

Alt text

Kodwa uThabitha wagula wafa. Abantu abaningi babedabukile.

Alt text

Umprofethi, uPetru, waya kuThabitha. Wamvusa kwabafileyo ngamandla anikwa uJesu Kristu.

Alt text

UThabitha wayesephila futhi! Wayekwazi ukuthunga nokusiza futhi. Kwakuyisimangaliso

Ikhasi Lokufaka Imibala

Ngiyakwazi Ukusiza Abanye

omunye umbhalo

Umfanekiso wenziwe ngu-Apryl Stott

Ngingathanda njengoJesu Kristu ngokusiza abanye.