Amasu Okunakekela Labo Abadingayo
Fumanisa iqoqo lamasu okuhloswe ngalo ukusiza labo abadingayo kanye nokuthi wena ungazibandakanya kanjani. Hlola imihlahlandlela yokuthi usizakale kakhulu ngokuzimela, lungiselela izidingo zesikhathi, kanye nokufinyelela ezinhlelweni nasosizweni olwahlukahlukene. Funda ngokuthi iBandla limlekelela kanjani umuntu ngamunye ngokunjalo nemindeni ngokusebenzisa usizo lokuzwelana kanye nosizo oluphathekayo.